Ukubaluleka komzali why parents are important

Ukubaluleka komzali or kwabazali, uma sikhuluma ngomzali sikhuluma ngawowonke umuntu osezingeni lobudala lokuba ngumama noma ubaba wakho, umzali wakho ke yilona owakuletha emhlabeni, ubaluleke kusuka ekuqaleni yena, ngoba nguye okugcelisayo, nguye okuyisa kudokotela, uma usamncane ungakwazi nokwenzani impilo yakho yonke isuke incike kuyena. Ukukhulwa kwakho ukufunda inhlonipho, ukuthengelwa izingubo, ukuthengelwa ukudla, ukulala udlile, konke kuncike kumzali, umzali uzokulusa akutshele ngibungozi bezidakamizwa, akuqondise endleleni, kubalulekile ukusebenzisana nomzali wakho khona uzokwazi okuwrongo noku right.

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo